Baba uMelusi
ABANGCWELE BAHLALA BELINDILE
Umuntu okholiwe uyakwazi ukumbona ngoba ukukholwa, kunganjengoku sindiswa, kuyisenzo esibonakalayo umnikazi waso engashongo lutho! Ukusindiswa ukukhuluma uzibike wena, kodwa ubungcwele isenzo esibonakala kuwe ngisho uthule!… Read More »ABANGCWELE BAHLALA BELINDILE
UKHONA UMVUZO WOKUNGALALELI IZITHUNYWA ZIKAJEHOVA
Kuyishwa ukuthi uhlakaniphele izwe kunokuhlakaniphela izulu, ngoba ukuhlakaniphela izwe kuyinto edlulayo, usho njalo uShembe. Manje bantwana baseKuphakameni ngiyafisa ukuba uNkulunkulu angangiphuci, angangiphuci umuzwa. Uthi uShembe… Read More »UKHONA UMVUZO WOKUNGALALELI IZITHUNYWA ZIKAJEHOVA
AMANAZARETHA KANKULUNKULU AYIZWI LIKANKULUNKULU
Exodus 31 verse 15. “Ngalokho abakwa Israel bayakuligcina iSabatha, balilonde ezizukulwaneni zalo, libe isivumelwano esiphakade, liwuphawu phakathi kwami nabantwana bakwa Israel, kuze kube phakade” Uphawu… Read More »AMANAZARETHA KANKULUNKULU AYIZWI LIKANKULUNKULU
MANGILIZWE NKOSI IZWI LAKHO
Bantwana baseKuphakameni baningi uNkululunkulu waseKuphakameni ababizile, kodwa abazange basabele, nabasabelile bangqindeka. Kuyinhlanhla ukubizwa usabele, ayishiyeki inzuzo, abashiya inzuzo ngezwi lakhe, bayakubizwa ngabantwana abakhethiweyo, bayakubizwa ngabantwana… Read More »MANGILIZWE NKOSI IZWI LAKHO
- « Previous
- 1
- …
- 36
- 37
- 38




