ONKE AMAKHOLWA AKABUYELE KUJEHOVA YEDWA
Uthi lomuntu wasezulwini, akakho umuntu owake wathunywa nguNkulunkulu wangaba yisitha sabantu, ngoba basuke befuna ukuba ubatshele okuthandwa yibo, hhayi okuthunywe nguNkulunkulu kubo.
Uthi lomuntu wasezulwini, akakho umuntu owake wathunywa nguNkulunkulu wangaba yisitha sabantu, ngoba basuke befuna ukuba ubatshele okuthandwa yibo, hhayi okuthunywe nguNkulunkulu kubo.
Ngathola ukuthi ngesikhathi sisahamba noYahuah, isizwe sakwa-Israel asizange sehlulwa yinoma yisiphi isizwe! Kodwa sesise zweni likaKhanani saqala ukumhlubuka uYah ngokungasahambi ngokwesi vumelwana ababesenze noYahua!
YileliBandla kuphela lapho uJehova ayaye azizwe ehlonipheke khona; ngakho zonke izinto enizenzayo anokwazi ukuthi anibo abenu, uJehova uhloba ngani, njengoba esho uShembe ethi uJehova useze… Read More »ISIMO SENQUBO YOBUNAZARETHA
Uma sifuna ukukholwa kweqiniso, asifunde ukukhuluma iqiniso. Alikho igama esilinikwe nguYah ukuba silidumise, silingcwelise, ngaphezu kwegama lakhe, okunguYahuwah!
Ukubuyisana nomuntu akukhona ukuthetha amacala, kodwa ukuya kumuntu ufike uthi: “Muntu kaNkulunkulu, uma kukhona engakona ngakho, ngicela ukuthi ungithethelele, nami ngiyakuthethelela ngowangona ngakho.”
In this sermon we intend showing that Lord Amos Shembe was Yahuah’s prophet, not on account of miracles that he performed because nowadays a prophet’s… Read More »LORD AMOS SHEMBE IS YAHUAH’S PROPHET