Baba uMelusi
UYESHUA HAMMASHIACH WAYENGUMHOLI WEBANDLA LAMA NAZARETHA
NguJohane owabhabhadisa uYeshua, wabuye wamgcoba ukuba abe ngumpristi omkhulu emva kwakhe! NGAKHO KE AKULONA IQINISO UKUTHI INAZARENE SECT NJENGABAFARISI, IYIHLELO ELAVELA MUVA, NGOBA LELIHLELO LALIKHONA… Read More »UYESHUA HAMMASHIACH WAYENGUMHOLI WEBANDLA LAMA NAZARETHA
UMPROFETHI U-ISAYA SHEMBE NABANYE OSHEMBE
Ayikho imfundiso kaShembe ethi ukuze umuntu ahole lelibandla kufanele abe nesibongo sakwaShembe, kodwa imfundiso kaShembe ithi ukuze umuntu abe ngumholi oqondile waleli bandla kumele abe… Read More »UMPROFETHI U-ISAYA SHEMBE NABANYE OSHEMBE
SHEMBE’S REVELATION ABOUT THE NAZARITE FAITH
There is another prophecy by Lord Galilee Shembe which he often touched on, and it led to each Shembeite leader being referred to as Lord… Read More »SHEMBE’S REVELATION ABOUT THE NAZARITE FAITH
ISAMBULO SIKASHEMBE NGOBUNAZARETHA
Kunesinye isiprofetho senkosi iLanga amaNazaretha abevame ukukhuluma ngaso, lowo nalowo mholi wakwaShembe kuthiwe ungukubuya kweNkosi iLanga. Kodwa angisasizwa manje! Ithi ke iNkosi iLanga: “Ngizohamba phakathi… Read More »ISAMBULO SIKASHEMBE NGOBUNAZARETHA
USHEMBE NOKWANDA KOBU NAZARETHA
UShembe nguyena yedwa kubaprofethi bonke owabuyisa ibandla lamaNazaretha elalisungulwe nguJohane, laholwa nguYeshua noSha’ul. Njengoba ngaso sonke isikhathi sikhuluma ngoJEHOVA, sithunywe ukuba sivuselele ivangeli likaBabamkhulu lokuthi… Read More »USHEMBE NOKWANDA KOBU NAZARETHA
USHEMBE WAYENGUMPROFETHI KAJEHOVA
Inkolo ilawulwa iqondiswe ngumsunguli wayo, bese kuthi abalandeli bayo belandele imfundiso-nkolo njengokuchaza komsunguli wayo! Akukwazi ukuthi umsunguli wenkolo engafike esho enye into, bese abalandeli bekuphikise… Read More »USHEMBE WAYENGUMPROFETHI KAJEHOVA
NGABE IBANDLA LAMANAZARETHA LISENGAPHANSI KUKAJEHOVA
Alikho nelinye igama esingasinda ngalo, kuphela igama likaJehoiva esingasinda ngalo. Kusukela eqala ukushumayela aze adlule emhlabeni ivangeli loMprofethi kwakungukudumisa uJehova, ethi isisekelo sebandla lamaNazaretha ukudumisa… Read More »NGABE IBANDLA LAMANAZARETHA LISENGAPHANSI KUKAJEHOVA




