KUYASA BASITSHELA UKWALANA KWABO
Uthi ke uShembe uma sithandana sothandwa nguJehova, kanti uma sizondana solahlwa nguJehova!
Uthi ke uShembe uma sithandana sothandwa nguJehova, kanti uma sizondana solahlwa nguJehova!
Uma eqala eshumayela umprofethi, uthi: “Nina-ke ndlu kaSenzangakhona, hlolisisani enikufundayo,nizwise, ningakhonzi izitha zenu akhuluma ngazo uJehova KUNINA EMANDULO, wathi UYONILETHELA ISIZWE SAKUDE(Dutoronomi 28:48). Wathi uJehova… Read More »NGABE ISIZWE ESIMNYAMA NGAMA HEBHERU
It is therefore obvious that, to a Nazarite, Prophet Shembe says the Holy Spirit that Yeshua referred to was Shembe who descends upon the Nazarites!… Read More »THE RELATIONSHIP BETWEEN GOD AND HIS MESSENGERS
Ngakhoke ayikho indlela yokuthi umuntu ongumNazaretha engaphika ukuthi uYeshua ngenkathi ekhuluma ngoMoya ongcwele, wayekhuluma ngoShembe! Lo Moya ophilisa amaNazaretha ilowo Moya uYeshua owakhuluma ngawo, wathi… Read More »UBUDLELWANO PHAKATHI KWANKULUNKULU NEZITHUNYWA ZAKHE
Uthi ke uBabamkhulu: “Umthetho kaJehova uyisihlengo somphefumulo, bantabami; hhayi noma imuphi umthetho, kuphela lo inceku yakhe eninika wona. Uyindlela yokuhamba eya lapho kungekho khona ubumnyama… Read More »UBABAMKHULU WAYEYISITHUNYWA SASEZULWINI
UYeshua nguyena mprofethi abantu owabafundisa ngombuso wezulu, nokuthi yini okumele bayenze uma befuna ukungena ezulwini. Ngakho ke ngokungathekisa UYINDLELA eya ezulwini, ngoba umuntu ungena ezulwini… Read More »INKOLO YAMANGA INKOLO ENJANI
UBabamkhulu wasenqabela kulelibandla ukuthi sizihlanganise nezangoma, wasenqabela ukuba sihlabele amadlozi! Wakusho kwacaca ukuthi uma sike sazihlanganisa nezangoma, uNkulunkulu uyophuma phakathi kwethu!
Kodwa lesi simo akhuluma ngaso uJesu, nengelosi isisifundise kabanzi ngaso. Uma ukholwe ngempela sithi ufile ngoba umphefumulo wakho usuwehlukene nenyama yakho! Kodwa ngesikhathi umphefumulo wakho… Read More »INKINGA YOKUKHOLWA OKUPHIKISANA NOKWAZI