Baba uMelusi
IMPICABADALA NGO JESU NOMA UYAHUSHA ONGUMESAYA
UJesu waze wahamba emhlabeni engaphansi kwenkolo kaMose! Kodwa lokhu esikufundiswa emabandleni ukuthi uJesu wayengumsunguli weChristianity, akukho eBhayibhelini, kushunyayelwa kuphela ezinkonzweni!
IZIMFUNDISO ZENKOSI ILANGA NGOSHEMBE NOBUNAZARETHA
Ungabovilapha ukunikela ngenkathi usaphila. Ubokukhuthalela kakhulu, ngoba kuyinto eseduze noNkulunkulu kunezinto eziningi ongase uzenze. Futhi kuyinto enkulu kakhulu uma wazi ukuthi uNkulunkulu
UMTHETHO KANKULUNKULU AWULAWULWA NGAMASIKO ABANTU
Ngokwase zulwini amaKrestu nama Nazaretha uma begcina umthetho kaNkulunkulu bonke basenkolweni eyodwa engaphansi kwaMoshe, okuyinkolo yasezulwini! Ngakho ke kumele sikulwele ukuhlanganisa lezi zinkolo ezimbili, ngoba… Read More »UMTHETHO KANKULUNKULU AWULAWULWA NGAMASIKO ABANTU
USHEMBE ONGUMOYA ONGCWELE NOBUNAZARETHA
Uyaqhubeka uMprofethi uthi uJehova uyaye ahlobe ngobuNazaretha kathathu unyaka umunye. Lokhu kuhloba kukaJehova kuchaza imihlangano engcwele amaNazaretha alinda ngayo eba mithathu ngonyaka. Njengoba sesichazile, ubuNazaretha… Read More »USHEMBE ONGUMOYA ONGCWELE NOBUNAZARETHA








