Nazaretha
THE NATION OF GOD AND THE PROMISED LAND
The angel told me that we will eventually return to Jerusalem! As Yahuah promised, the land will end up under the stewardship of those to… Read More »THE NATION OF GOD AND THE PROMISED LAND
ISIZWE SIKA NKULUNKULU NEZWE LESETHEMBISO
Ingelosi yangitshela ukuthi sogcina sibuyele eJerusalema! Njengoba uJehova wethembisa, lelizwe logcina kulabo uJehova owabethembisa lona! Okwashiwo nguJehova akunakugudluzwa ngumuntu!
INGOZI YOKUFUNA ISIBUSISO UBUYE NESIQALEKISO
Namanje kufanele ukuba sikugcizelela ukuthi uma ungumnazaretha kaNkulunkulu kumele ngaso sonke isikhathi uhlale ebungcweleni!
UMVUZO WENKANUKO YENYAMA UKULAHLWA KWELIZAYO
Umyalezo kaJehova akuyikho ukubhula, noma kungenzeka ukuthi uJehova akuvezele ngesimo sokuzokwenzeka, kodwa abaprofethi babengathunyelwa emhlabeni ukuzoboniswa okuzokwenzeka, kodwa babethunyelwa ukuzovuselela umthetho kaJehova, yilowo umsebenzi wabo!
Years of Grace
Celebrating 13 Years of Existence The Nazarites Church of God celebrated 13 Years of the church’s existence. The Church came into existence when Rev Mpanza… Read More »Years of Grace
MASIMTHANDE UJEHOVA SIMENZE INQABA YETHU
AmaHubo 52 verse 7-8. “Bheka nasi isiqhwaga esingamenzanga uNkulunkulu abe inqaba yaso, kepha sethemba ingcebo yaso enkulu, siziqinisa ebubini baso, kepha mina nginjengo mnqumo oluhlaza… Read More »MASIMTHANDE UJEHOVA SIMENZE INQABA YETHU
Gospel Spreading
Our Visit to the Chief in Mabola, Mpumalanga The Nazarite Church of God visited an area in Mabola, Mpumalanga with the sole purpose of spreading… Read More »Gospel Spreading
MASIBUYELE KUJEHOVA
Ngithi-ke bantwana baseKuphakameni, singabe asisibona abaholi abathunywe uJehova uma besingeke safundisa abantwana bakaNkulunkulu nangokudla, ukuthi umuntu uma esewumntwana kaNkulunkulu, ukuhlambuluka akusikhona ukuthi kufanele ageze ahlanzeke… Read More »MASIBUYELE KUJEHOVA
- « Previous
- 1
- 2
- 3







