Skip to content

Nazaretha

ISIZWE ESIMNYAMA ASIPHAPHAME

Uma uthi unosiko oluphambene nomthetho kaJehova, usuke usumhlubukile uJehova. Lokho kufanele kucacele noma ngubani oyinzalo kaJakobe!

BUYELA ESIZWENI SAKHO NKOSI YOXOLO.

Ekugcineni God has vindicated me! Malibongwe igama likaJehova! Namuhla lenkulumo yokuthi uJesu akaze abe ngumlungu is trending, thanks to President Putin oseveze izithombe zikaYeshua ezingaphikiseki!

ABADELELA UMTHETHO KANKULUNKULU IKHAYA LABO KUSESIHOGWENI.

Njengoba sesike sakubeka, uMprofethi kaJehova akagcini ngokuprofetha ngokuzokwenzeka, kodwa okukhulu okwenzayo ukugcina umthetho kaNkulunkulu, abuye afundise abantu ngokugcinwa komthetho kaNkulunkulu, ebonise ngokufunwa nokungafunwa nguNkulunkulu!

Lithini iBhayibheli

UKUZE UKUKHOLWA KWETHU KULENKOLO YOBUNAZARETHA KUZINZE, KUMELE SILIFUNDE SILIQONDE IBHAYIBHELI.