Skip to content

Baba uMelusi

INTANDO YAKHO MAYENZIWE EMHLABENI NJENGASE EZULWINI

Umbuzo uthi inzalo ka-Israel iyithathathaphi inkolo yomdabu, ngoba thina uNkulunkulu wethu yilo owakhipha okhokho bethu ebugqilini baseGibhithe okunguJehova? Impendulo ithi SAMHLUBUKA UJEHOVA, SATHATHA IMIKHUBA YABEZIZWE!

ASIQONDISE UMLANDO WESIZWE SETHU

Lesi yisikhathi esibi kakhulu, ngoba isikhathi se Beast system, okuyisikhathi sokubusa kukaSathane! Njengoba lezi sekuyizikhathi zokugcina, okuyizikhathi zokwehlulelwa, baningi abazoya ekulahlweni, kodwa bona ababoni!