Skip to content

Baba uMelusi

UNKULUNKULU ONGUMDALI NABANYE ONKULUNKULU

Mina OWAMI UMSEBENZI UKUHLALE NGISHUMAYELA, NGIBUYISA ABANTU KUNKULUNKULU, NJENGOKWENZA KWABA PROFETHI BAKWA-ISRAEL, NANJENGOBA KULESI SIKHATHI LELIVANGELI KITHI LIVUSELELWE NGUMPROFETHI U-ISAYA SHEMBE!

SIKHONZA UNKULUNKULU ONGUMDALI WEZULU NOMHLABA

Bonke abantu abaphika ubukhona bukaNkulunkulu, izulu nesihogo; abaphika ubuqiniso beBhayibheli, nabaphika ukuthi amaHebheru yithi, yinto leyo abayifake ezingqondweni zabo, abayikholwayo, kodwa abenza sengathi bayayazi!