Skip to content

Baba uMelusi

MASIKHUMBULE IMIYALO KAJEHOVA AYINIKA ABAPROFETHI

Ngithike bantwana baseKuphakameni, ithike ingelosi iyamubonga uNkulunkulu ngokuthi asiphe uBaba uMelusi, asiphe umuntu onesibindi, uthi umhlaba wonke sewuyacubungula manje, usuyabona ukuthi uShembe wabe enguMprofethi kaNkulunkulu.

MZUKWANA SITHANDWA UNKULUNKULU

Namhlanje uNkulunkulu waseKuphakameni ngomlomo kaBaba iLanga uthume ingelosi ukuba izokwakha indlu yakhe uJehova emhlabeni ukuba adunyiswe ngokupheleleyo emhlabeni.