Skip to content

Baba uMelusi

IMPI YOMUBI IHLASELE

Kumele sifundise izingane zethu yonke into ukuthi konke lokhu kuyinkinga azingakwenzi lokhu uJehova akakuthandi. Kumele silishumayele ivangeli likaThixo bangcwele amein. Asilishumayele bangcwele ivangeli likaThixo…

ASIFUNE INHLIZIYO ENOMOYA WASEZULWINI

Usho njalo uJesu, uthi uma ungalungile ngokwabanye abantu, ubani ozokunika okwakho ukulunga? Uma ungangcwele ngokwabanye abantu, ubani ozothi ungcwele? Uzobuthathaphi obakho ubungcwele wedwa?