Baba uMelusi
UJEHOVA NEMINIKELO
Uthi ke lomuntu wasezulwini: “Niyabona ke ukuthi kuyingozi kangakanani ukuthi usizi lwakho ungaluqondisi kuShembe noma kuNkulunkulu? Nizihlanganisa nabantu enithi ngabakini, kanti abanye bayizitha zenu!” Kodwa… Read More »UJEHOVA NEMINIKELO
SINGAZIKHULULA KANJANI IZIHLOBO ZETHU EZISOSIZINI EKUFENI KWAZO
Uthike uBabamkhulu: “Uma ngabe abantu bebazi, babezobuthana kanye nathi eKuphakameni; sikhalele abasekufeni, ngoba basosizini. Sasizonxusa ukuba bagezwe, bathethelelwe izono zabo, bangene emzini oyingcwele…”
SINONKULUNKULU OYEDWA IBANDLA ELILODWA NOMTHETHO-SISEKELO OWODWA
Kodwa lesi isikhathi sokubhekana namaqiniso njengoba enjalo, singakhohlisani, futhi singakhohliseki, ngoba sesiqala unyaka lapho uNkulunkulu inkolo yakhe izoqondiswa nguye uqobo!
KULIQINISO ELINGAKANANI UKUTHI INKOLO YAKHELWE UKUGQILAZA ABANTU
Kumele sibambelele kukho konke esikufundiswe yilomuntu wasezulwini, sikwenze okuthiwa asikwenze, ngoba ingelosi yazi konke okudingekile ezulwini! Uma sonke sizohamba ngokwezimiso zikaJehova, njengoba ingelosi izivuselele kithi,… Read More »KULIQINISO ELINGAKANANI UKUTHI INKOLO YAKHELWE UKUGQILAZA ABANTU
SINGALANDISI FUTHI SINGALINCIPHISI IZWI LIKANKULUNKULU
Njengoba sesazi ukuthi amaHebheru ngokhokho bethu, singayemukela kanjani inkolo eyachitha inkolo yokhokho bethu, bese samukela imfundiso ephikisa ekaMose, sithi asisaphili ngaphansi komthetho kaNkulunkulu wethu? Lokho… Read More »SINGALANDISI FUTHI SINGALINCIPHISI IZWI LIKANKULUNKULU
UBANI UMPRISTI WOPHEZUKONKE
NeBhayibheli linezinkulumo ezinjalo, kuba nenkulumo eqondile kanye nenkulumo eyisingathekiso. Wena kufanele ukwazi ukukwehlukanisa lokhu kukhuluma! Abanye abantu baqale bakhe engqondweni yabo inkolelo ethize, bese befuna… Read More »UBANI UMPRISTI WOPHEZUKONKE
KANTI KUSHO UKUTHINI UKUFIKA KOMHLA WOKUPHELA
Noma amanga angaqanjwa aphindaphindwe kangakanani, ekholwe umhlaba wonke, kodwa amanga akasoze alishintsha iqiniso! Ngakho kumele uhlale ulimela iqiniso ngisho uwedwa!






