Skip to content

Baba uMelusi

INKINGA YOKUNGAQONDI NGESIMO SEMIMOYA

NgokukaJohane 5:28-29: “Ningamangali ngalokho, ngokuba isikhathi siyeza lapho bonke abasemathuneni bayakulizwa izwi layo, ABENZE OKULUNGILEYO BAPHUMELE EKUVUKENI KOKUPHILA, KUTHI ABENZE OKUBI, EKUVUKENI KOKULAHLWA.”

HLALA NATHI NKOSI YETHU

KHUMBULA UKUTHI NAMUHLA USUWENZE ISIVUMELWANO NOJEHOVA UNKULUNKULU WAKHO SOKUTHI UYOHLALA ENDLINI KAJEHOVA KUZE KUBE SEKUPHELENI KWEZINSUKU ZAKHO!

SALALELA IZWI SAKHETHA UJEHOVA

Ingakhoke la sibuthene la endlini kaJehova ukuze silashwe imihuzuko yethu sizothotshwa amanxeba, sizoboniswa ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi uma sifuna ukuphila siphile indlela engcwele. Amein.

UYAHAMBA UTHUMEKILE

Ngelinye ilanga iNkosi iLanga ishumayela ithi, uma ungakaze uye ezulwini uselapha emhlabeni, ngephupho noma ngengqondo, nasekufeni kwakho kungenzeka ukuthi ungawuboni umbuso wezulu! Sinenhlanhla bantwana basezulwini,… Read More »UYAHAMBA UTHUMEKILE