Baba uMelusi
UMSEBENZI WABAPROFETHI ESIZWENI SIKANKULUNKULU
UJehova uNkulunkulu okhulumayo, onomthethosisekelo ubekwe nguye ukuthi bonke abamlandelayo bobuswa yiwo. Kodwa abanye onkulunkulu abakhulumi, abanamthetho abawubekele abalandeli babo, yonke into eqondene nabo iyakholwanje ukuthi… Read More »UMSEBENZI WABAPROFETHI ESIZWENI SIKANKULUNKULU
VUNA LAPHO UTSHALE KHONA
Bantwana baseKuphakameni bayajabula abangazange babone lo mhlaba nengcebo yawo, ngoba uma ngabe uke wabona umhlaba nengcebo yawo namehlo akho omphefumulo wakho angeke avuleke futhi angeke… Read More »VUNA LAPHO UTSHALE KHONA
NGUJEHOVA KUPHELA ONOKUSINDISA
Kuwo wonke amavangeli amane kaYeshua, akukho nelilodwa elehlukile ezimfundisweni zikaShembe ngokugcizelela ukugcinwa komthetho kaNkulunkulu!
ISIMO SOMTHETHOSISEKELO WEZWE
Ngakhoke abahamba ngendlela yentando yabantu ngoba besekelwa ngomthethosisekelo, kufanele bazi ukuthi kukhona abantu abahamba ngendlela kaNkulunkulu abangaphansi kwe Theocracy, hhayi i-Democracy, abahamba ngaleyondlela leyo ekhonjwe… Read More »ISIMO SOMTHETHOSISEKELO WEZWE
UKUMESABA UJEHOVA KUNGUKUQALA KOKUHLAKANIPHA
Iningi labaprofethi babanye onkulunkulu bayakwazi ukwenza izimangaliso ezinkulu njengaye umprofethi kaJehova, ngoba mhla uSathane exoshwa ezulwini asizwa ukuthi kukhona amandla aphucwa wona. Naye uyazenza zonke… Read More »UKUMESABA UJEHOVA KUNGUKUQALA KOKUHLAKANIPHA
UKWETHEMBEKA KUJEHOVA NAKUBAPHATHI BEZWI LAKHE
Ngithi-ke bantwana baseKuphakameni engathi uNkulunkulu engasenza singaba yiyo leya nceku eyagcina ilahliwe. Wonke umuntu olapha ogcotshiwe azifune ukuthi konje kusukela ngakhetha inkosingamenzelani uNkulunkulu, ngoba wonke… Read More »UKWETHEMBEKA KUJEHOVA NAKUBAPHATHI BEZWI LAKHE
NGABE UMUNTU ONGUJESU WAKE WABAKHONA EMHLABENI
Nansi inkulumo ka Dr Koster ngokungabi bikho komuntu okuthiwa nguJesu emhlabeni… “Two factors contributed greatly to the substitution of our Saviour’s Name. The first was… Read More »NGABE UMUNTU ONGUJESU WAKE WABAKHONA EMHLABENI
UYEZA UMHLA WOKUPHELA
“Kumele umuntu azi ukuthi uma esuka lapha emhlabeni, sekufike izinsuku zakhe, uyaphi? Ungathi uma ujabule, ujabule wedwa, ubofuna ukujabula noNkulunkulu, ukuxwaye ukujabula wedwa! Ukujabula wedwa… Read More »UYEZA UMHLA WOKUPHELA
UMBUSO KAJEHOVA
uNkulunkulu mdala maNazaretha kaNkulunkulu, into mayonakala uyayilungisa. Uma wena ungena ebugqilini uyakukhipha ebugqilini, akusho ukuthi okwenzekile uNkulunkulu akakwazi ukukukhipha. Ukwazi ukwenzela yonke into uNkulunkulu, kodwa… Read More »UMBUSO KAJEHOVA





